- Translate the following sentences into Zulu.
- Come here and help me with my work.
- I want you to go to your uncle’s house.
- Every morning I go to work and work the whole day.
- You should sleep now. Tomorrow is Monday and you should go to school.
- They should not go to work today but tomorrow because there is nobody at work today.
- He should not play outside as it is raining but he should come inside to play with his brother.
- Choose the sentence that is without any mistakes and translate it into English.
- Obaba bafuna sihambe ekhaya manje ngoba kufanele simsize umama.
Obaba bafuna siye ekhaya manje ngoba kufanele siyamsiza umama.
Obaba bafuna siye ekhaya manje ngoba kufanele simsize umama.
- Woza kithi ngoba ngifuna ukuthi sisebenze engadini.
Woza kithi ngoba ngifuna ukuthi sizosebenza engadini.
Uze kithi ngoba ngifuna ukuthi sisebenze engadini.
- Kufanele akadlali ngebhola likaVeli, ngifuna athathe ibhola lami.
Kufanele angadlali ngebhola likaVeli, ngifuna uthathe ibhola lami.
Kufanele angadlali ngebhola likaVeli, ngifuna athathe ibhola lami.
- Nigijime, niye esikolweni nifunde isiZulu nesiNgisi!
Gijimani, niye esikolweni nifunde isiZulu nesiNgisi!
Gijima, niye esikolweni nifunde isiZulu nesiNgisi!
- Kusasa asizuya esikolweni ngoba asiyi ngempelasonto kodwa sizomsiza umama simsebenzele endlini naphandle.
Kusasa asizoya esikolweni ngoba asiyi ngempelasonto kodwa sizomsiza umama simsebenzela endlini naphandle.
Kusasa asizuya esikolweni ngoba asiyi ngempelasonto kodwa sizumsiza umama siyamsebenzele endlini naphandle.
- Utisha akafuni uJabulani ukhulume uma efunda esikolweni.
Utisha akafuni uJabulani angakhulumi uma efunda esikolweni.
Utisha akafuni uJabulani akhulume uma efunda esikolweni.
- Fill in the gaps.
- Ubaba __funa uZandile __y__ esitolo, _____thengel__ (buy him) ugwayi.
- We Dudu, hamba __lal__!
- Kufanele sisebenz___ manje, si_____dlal__. (should not play)
- Ngifuna nifund__ manje bese nidlal__ phandle.
- Namuhla sizoqala ukusebenz___ ekhaya, _____siz__ (we help her) umama.