Dialogue
UMpande: (ushaya ucingo) Sawubona Vusimuzi
UVusimuzi: Yebo sawubona we Mpande. Unjani?
UMpande: Cha, ngikhona, unjani wena?
UVusimuzi: Ngikhona.
UMpande: Nginombuzo. Ungangisiza namuhla na?
UVusimuzi: Ufuna ukuthi ngikusize ngani?
UMpande: Ngifuna ungibambele emsebenzini kusasa ngoba ngedwa, akekho muntu.
UVusimuzi: Kulungile, sizobonana khona.
UMpande: Ngiyakubonga kakhulu ngoba uzongincedisa.
Vocabulary
Ushaya ucingo he phones Nginombuzo I have a question Ngikusize I help you Ungibambele you help me out (-el-) Akekho muntu there is nobody Sizobonana we will see each other (-an-) Uzongincedisa you will help me (-is-)